UZakariya 14:9 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UZakariya 14:9 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJehova uyakuba yiNkosi emhlabeni wonke; ngalolo suku uJehova uyakuba munye, negama lakhe libe linye.
Dlulisela
UZakariya 14 ZUL59UZakariya 14:9 ZUL20 (IsiZulu 2020)
USimakade uyakuba yiNkosi emhlabeni wonke. Ngalolo lusuku uSimakade uyakuba yedwa vo, negama lakhe libe lilodwa zwi.
Dlulisela
UZakariya 14 ZUL20UZakariya 14:9 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
UJehova uyakuba yinkosi phezu komhlaba wonke: ngalolo suku kuyakuba munye uJehova, negama lakhe libe linye.
Dlulisela
UZakariya 14 CZB24