1
AmaHubo 10:17-18
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Jehova, uyakuzwa ukulangazela kwabamnene; uyaqinisa inhliziyo yabo, indlebe yakho uyibeka kubo ukuba wahlulele intandane nocindezelweyo, ukuze umuntu wasemhlabeni angabe esabanga uvalo.
Compare
Explore AmaHubo 10:17-18
2
AmaHubo 10:14
Ubonile wena; ngokuba ukukhathazeka nokuhlupheka uyakubona wena ukuze ukubeke esandleni sakho; othithibeleyo uyazinikela kuwe; wena ungumsizi wentandane.
Explore AmaHubo 10:14
3
AmaHubo 10:1
Jehova, umeleni kude na? Uzifihlelani ubuso ezikhathini zokuhlupheka na?
Explore AmaHubo 10:1
4
AmaHubo 10:12
Vuka, Jehova! Nkulunkulu, phakamisa isandla sakho, ungakhohlwa abahluphekileyo.
Explore AmaHubo 10:12
Home
Bible
Plans
Videos