1
IsAmbulo 2:4
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
“Kepha nginalokhu ngawe ukuthi uluyekile uthando lwakho lwakuqala
Compare
Explore IsAmbulo 2:4
2
IsAmbulo 2:5
ngakho khumbula lapho uwe khona, uphenduke, wenze imisebenzi yakuqala; uma kungenjalo, ngiyeza kuwe, ngilususe uthi lwesibani sakho endaweni yalo, uma ungaphenduki.
Explore IsAmbulo 2:5
3
IsAmbulo 2:10
Ungesabi lokho ozakuhlupheka ngakho. Bheka, uSathane uzakuphonsa abanye kini etilongweni ukuba nilingwe, futhi niyakuhlupheka izinsuku eziyishumi. Thembeka kuze kube sekufeni, ngokunika umqhele wokuphila.
Explore IsAmbulo 2:10
4
IsAmbulo 2:7
“Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila oseParadisi* likaNkulunkulu.
Explore IsAmbulo 2:7
5
IsAmbulo 2:2
Ngiyayazi imisebenzi yakho, nemizamo yakho, nokubekezela kwakho, nokuthi kawunakubamela ababi; wabavivinya abazisho ukuthi bangabaphostoli bengesibo, wabafumana beqamba amanga
Explore IsAmbulo 2:2
6
IsAmbulo 2:3
unokubekezela, wakhuthazela ngenxa yegama lami, kawukhathalanga.
Explore IsAmbulo 2:3
7
IsAmbulo 2:17
“Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo ngiyakumnika okwemana* elifihliweyo, ngimuphe itshe elimhlophe, nasetsheni kulotshiwe igama elisha elingaziwa muntu, ngolamukelayo kuphela.
Explore IsAmbulo 2:17
Home
Bible
Plans
Videos