1
IsAmbulo 3:20
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Bheka, ngimi ngasemnyango ngingqongqotha; uma umuntu ezwa izwi lami, avule umnyango, ngiyakungena kuye, ngidle naye, naye adle nami.
Compare
Explore IsAmbulo 3:20
2
IsAmbulo 3:15-16
Ngiyayazi imisebenzi yakho ukuthi kawubandi, kawushisi. Sengathi ngabe uyabanda noma ushise. Ngakho-ke njengalokhu usivivi, ungashisi ungabandi, ngiyakukuhlanza uphume emlonyeni wami.
Explore IsAmbulo 3:15-16
3
IsAmbulo 3:19
“Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibalaye; ngakho-ke shisekela uphenduke.
Explore IsAmbulo 3:19
4
IsAmbulo 3:8
Ngiyayazi imisebenzi yakho; bheka, ngimisile phambi kwakho umnyango ovuliweyo, ongenakuvalwa muntu, ngokuba unamandla amancane, kanti waligcina izwi lami, kawuliphikanga igama lami.
Explore IsAmbulo 3:8
5
IsAmbulo 3:21
“Onqobayo ngiyakumnika ukuba ahlale nami esihlalweni sami sobukhosi, njengalokho nami nganqoba, ngahlala noBaba esihlalweni sakhe sobukhosi.
Explore IsAmbulo 3:21
6
IsAmbulo 3:17
Ngokuba uthi: ‘Ngicebile, kangiswele lutho,’ kanti kawazi ukuthi ungolusizi, nowokuhawukelwa, nompofu, nophuphuthekayo, nohamba ze
Explore IsAmbulo 3:17
7
IsAmbulo 3:10
Ngokuba ulilondile izwi lokubekezela kwami, nami-ke ngiyakukulonda ngehora lokulingwa eliyakufika ezweni lonke lokulinga bonke abakhileyo emhlabeni.
Explore IsAmbulo 3:10
8
IsAmbulo 3:11
“Ngiyeza masinyane; bambisisa lokho onakho, ukuze kungabikho muntu okwamuka umqhele wakho.
Explore IsAmbulo 3:11
9
IsAmbulo 3:2
Vuka ulinde, uqinise okuseleyo obekuzakufa, ngokuba angifumananga imisebenzi yakho iphelelisiwe phambi kukaNkulunkulu wami
Explore IsAmbulo 3:2
Home
Bible
Plans
Videos