1
AMahubo 106:1
IsiZulu 2020
Haleluya! Bongani uSimakade ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.
Compare
Explore AMahubo 106:1
2
AMahubo 106:3
Babusisiwe abagcina ubulungiswa, abenza ukulunga ngezikhathi zonke.
Explore AMahubo 106:3
3
AMahubo 106:4-5
Ngikhumbule, Simakade, lapho wenzela abantu bakho umusa, ungihambele ngensindiso yakho, ukuze ngibone impumelelo yabakhethiweyo bakho, ngithokoze ngentokozo yesizwe sakho, ngizibonge kanye nefa lakho.
Explore AMahubo 106:4-5
Home
Bible
Plans
Videos