1
AMahubo 37:4
IsiZulu 2020
zithokozise ngoSimakade, khona ezokunika okufiswa yinhliziyo yakho.
Compare
Explore AMahubo 37:4
2
AMahubo 37:5
Nikela indlela yakho kuSimakade; umethembe, Yena uzokwenzela okufisayo.
Explore AMahubo 37:5
3
AMahubo 37:7
Thula phambi kukaSimakade, umlindele ngesineke; ungakhathazeki ngonempumelelo endleleni yakhe, ngomuntu oceba amacebo amabi.
Explore AMahubo 37:7
4
AMahubo 37:3
Thembela kuSimakade, wenze okuhle, ukuze uhlale ezweni, uzondle ngokukholeka
Explore AMahubo 37:3
5
AMahubo 37:23-24
USimakade uyaziqinisa izinyathelo zomuntu lapho eyithanda indlela yakhe. Uma ewa, akayukufumbeka phansi, ngokuba uSimakade ubamba isandla sakhe.
Explore AMahubo 37:23-24
6
AMahubo 37:6
Ukulunga kwakho kukhanye njengelanga; nobulungiswa njengemini.
Explore AMahubo 37:6
7
AMahubo 37:8
Deda entukuthelweni, uyeke ulaka, ungakhathazeki, lokho kuholela ebubini nje.
Explore AMahubo 37:8
8
AMahubo 37:25
Kade ngimusha, manje sengimdala, kodwa angikaze ngimbone olungileyo eshiyiwe, nozalo lwakhe luyizinxibi.
Explore AMahubo 37:25
9
AMahubo 37:1
Ungakhathazeki ngababi, ungabi namona ngabenza okungalungile
Explore AMahubo 37:1
Home
Bible
Plans
Videos