Kwabase Roma 11:33-34
Kwabase Roma 11:33-34 ZULUNT
Yeka ukujula kwengcebo nokuhlakanipha nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka ukuthi aziphenyeki kanjani izahlulelo zakhe, nezindlela zakhe aziphenyeki! Ngokuba ngubani owazi umqondo weNkosi na? Ngubani obe ngumeluleki wakhe na?