1
NgokukaJohane 9:4
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ngimelwe ukusebenza imisebenzi yongithumileyo, kusesemini; buyeza ubusuku, lapho kungesebenze muntu.
对照
探索 NgokukaJohane 9:4
2
NgokukaJohane 9:5
Ngisekhona ezweni ngingukukhanya kwezwe.”
探索 NgokukaJohane 9:5
3
NgokukaJohane 9:2-3
Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na?” UJesu waphendula wathi: “Akonanga noma yena noma abazali bakhe, kodwa ukuze kubonakaliswe kuye imisebenzi kaNkulunkulu.
探索 NgokukaJohane 9:2-3
4
NgokukaJohane 9:39
Wathi uJesu: “Mina ngizele ukwahlulela kuleli zwe ukuba abangaboniyo babone, nababonayo babe yizimpumputhe.”
探索 NgokukaJohane 9:39
主页
圣经
计划
视频