1
UGenesise 12:2-3
Contemporary Zulu Bible 2024
Ngiyakukwenza isizwe esikhulu, ngikubusise, ngenze igama lakho libe likhulu; futhi uzakuba yisibusiso. Ngiyakubusisa okubusisayo, ngiqalekise okuqalekisayo; futhi ziyobusiswa ngawe zonke izizukulwane zomhlaba.
对照
探索 UGenesise 12:2-3
2
UGenesise 12:1
UJehova wathi ku-Abrama: “Suka ezweni lakini, nasezihlotsheni zakho, nasendlini kayihlo, uye ezweni engiyakukukhombisa lona.
探索 UGenesise 12:1
3
UGenesise 12:4
U-Abrama wayesesuka, njengalokho uJehova eshilo kuye; uLoti wahamba naye, u-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanhlanu ekuphumeni kwakhe eHarana.
探索 UGenesise 12:4
4
UGenesise 12:7
UJehova wabonakala ku-Abrama, wathi: “Leli zwe ngiyakulinika inzalo yakho; wamakhela khona i-altare uJehova owabonakala kuye.
探索 UGenesise 12:7
主页
圣经
计划
视频