Marko 13:24-25

Marko 13:24-25 NG1898

Kodwa nge zinsuku zona rezo, emuva kwolusizi lolu, ilanga liyakufipala, nenyanga ayiyikuveza ukukanya kwayo, nezinkanyezi ziyakuwa pansi ezulwini, namandhla asezulwini ayakuzanyazanyiswa.