Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UGenesise 2:2

Ukuzijwayeza
Izinsuku ezi-6
Ukushintsha akulula, kodwa kungenzeka, futhi. Ukuqala imikhuba emincane embalwa kungashintsha indlela ozibona ngayo namuhla futhi uguquke ube ngumuntu ofuna ukuba nguye kusasa. Lolu Hlelo lweBhayibheli lwe- Life.Church luhamba emiBhalweni ngesifinyezo esilula sokwenza imikhuba emihle yansuku zonke ehlalayo.

IBhayibheli LaBantwana
8 Izinsuku
Konke kwaqala kanjani? Sivelaphi? Kungani kukhona usizi oluningi emhlabeni? Ingabe ikhona ithemba? Ingabe kukhona ukuphila ngemva kokufa? Thola izimpendulo njengoba ufunda lomlando weqiniso wezwe.

Ukuzinikela Ngokugcwele: Indalo
Izinsuku eziwu 14
Wake wafuna ukukhula ebuhlotsheni bakho noNkulunkulu, uqonde kangcono iBhayibheli, futhi ufunde indlela yokulandela uJesu ngokwethembeka emhlabeni wethu namuhla? Ngendaba yeBhayibheli njengesiqondiso sethu, masithole amaqiniso futhi sithuthukise amakhono azosisiza sibe abalandeli bakaKristu abazinikele ngokugcwele. Lolu hlelo luyiNgxenye engu-2 yohambo olunezingxenye ezingu-9 lokuzinikele Ngokugcwele.