Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Isaya 53:4

Isiqalo sePhasika
izinsuku ezingu 3
Ukucabanga ngezehlakalo zangoLwesihlanu LwePhasika ezilandiswa ngabalingiswa bezindaba zokuzalwa kukaJesu. Ukuhlola okucabangayo kwesimangaliso sokuzalwa kukaJesu kanye nomhlatshelo wokubethelwa esiphambanweni.

Hlukana Nomona Ngohlelo lokufunda lwezinsuku eziyisithupha luka-Anna Light
Izinsuku ezi-6
Manje, kunangaphambili, sibhekene nempilo yawo wonke umuntu njengoba efuna kubonakale, futhi ukuqhathaniswa nempilo yethu siqu kuvusa umona. Awufuni ukuthi lo moya ukhule kuwe, kodwa kuthiwani ngomonakalo obangelwa umona lapho uqhamuka komunye umuntu? Kulolu hlelo lokufunda, uzothola ukuthi ungawunqoba kanjani umona, uvikele inhliziyo yakho, uhambe ngokukhululeka.

Ukuza: Uhambo lukaKhisimusi
Izinsuku ezingu-25
UKhisimusi ngeqiniso uyindaba enkulu kunazo zonke: indaba yokwethembeka kukaNkulunkulu, amandla, insindiso, nothando olungapheliyo. Asithatheni uhambo kulezinsuku ezilandelayo ezi-25 ukuthi sizwe ngohlelo lukaNkulunkulu lokusindisa izwe esonweni nezethembiso ezafezwa ngokuzalwa kweNdodana Yakhe.

Ukubalwa KukaKhisimusi
Izinsuku ezingu-29
Uyemukelwa Kukhalenda Yomsebenzi Wezinsuku ezingama-28 we-Thriving Family! Ungaphuthelwa yileli thuba lokuhlola incazelo yangempela kaKhisimusi futhi nisondelane ndawonye njengomndeni! Le misebenzi yomzali nengane yenzelwe ukukusiza ugcine le nkathi kaKhisimusi igxile kuKristu!