Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaLuka 15:21

Ukuqhutshwa yiNhloso
izinsuku ezingu 3
Kule nkonzo yezinsuku ezintathu, sizobheka ukuthi kusho ukuthini ukuphila ngenhloso. Ukuphila okungenanjongo kulula kakhulu futhi kuwukumosha okudabukisayo kwezimpilo zethu eziyigugu. Kungani ungathathi izinsuku ezintathu ezilandelayo ukhiphe lokho okubukeka sengathi ufulathela izindlela zezwe, ubhekane noNkulunkulu futhi uqale ukulandela uJesu - ngenhloso.

Why Does God Love Me?
5 Days
Questions: When it comes to God, we all have them. Given our comparison-driven culture, one of the most personal questions we may find ourselves asking is, “Why does God love me?” Or maybe even, “How could He?” Over the course of this plan, you’ll engage with a total of 26 Scripture passages—each one speaking the truth of God’s unconditional love for you.

Inguquko Yendodana Yolahleko noKyle Idleman
Izinsuku ezingu-7
Ithethwe kwi ncwadi ebizwa "AHA", hlanganyela no Kyle Idleman njengoba ethola izakhi ezintathu ezizokusondeza kuNkulunkulu ziphinde ziguqule izimpilo zethu ingunaphakade. Ingabe ulungele iskhathi sikaNkulunkulu esiguqula yonke yinto?

121 ye-Advent
Izinsuku ezingu-24
Ukuzalwa kukaKristu, ukufika Kwakhe, kuphawula icebo likaNkulunkulu lokuhlengwa kwethu. KuKristu, sibona isithombe esigcwele sethemba likaNkulunkulu, ukuthula, injabulo nothando. Izwi likaNkulunkulu liyiqiniso esazi ngalo futhi sihamba Naye nsuku zonke. Sethemba ukuthi lo mhlahlandlela uzokhuthaza futhi wenze lula isikhathi sakho osichithwa eZwini futhi unikezele insiza yemindeni enezingane ukwenza lokho ndawonye.