Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 1:23

Isiqalo sePhasika
izinsuku ezingu 3
Ukucabanga ngezehlakalo zangoLwesihlanu LwePhasika ezilandiswa ngabalingiswa bezindaba zokuzalwa kukaJesu. Ukuhlola okucabangayo kwesimangaliso sokuzalwa kukaJesu kanye nomhlatshelo wokubethelwa esiphambanweni.

Advent Ukudumisa
Izinsuku eziwu 4
Ithemba, uthando, ukuthula, intokozo. Lawamagama akhulunywa kakhulu ngesikhathi samaholide, kodwa ingabe siyakhumbula ukuthi yingani? Indaba kaKhisimuzi yindaba yokuthi uNkulunkulu wangenela kanjani kumlando ngokuzwela kukaJesu. Izimpilo zika Mariya noJosefa, nabelusi zaguqulwa kakhulu ngalesisenzo. Bathola ithemba, uthando, ukuthula, kanye nentokozo; masikhumbule ndawonye ukuthi nathi singkuthola kanjani lokhu ngoJesu.

I- Advent engapheliyo yoMndeni, Iviki lesi-4
izinsuku ezingu 5
Sigcwele ukulangazelela njengoba sincika kulesi sikhathi sokugubha ngenhloso yokulalela inhliziyo kaNkulunkulu. Hlanganyela nathi amasonto angu-4 njengathi: Bheka Ubuhle; Yephula Izithiyo; Yenza Igumbi; futhi Ziyizimanga zikaNkulunkulu. Njengazo zonke izinto ezihamba phambili ekuphileni, lolu hambo luhamba kahle kakhulu nabanye—ngakho bamba umngani noma ababili kanye nomuzwa wakho wokumangala bese ungena kwi nkathi ye-Advent.

The Christmas Story
5 Days
The story of Christ's birth is central to our celebration of Christmas. This reading plan chronicles the humble beginnings of a Savior the world had been anticipating for centuries. This short collection of readings connects us to the arrival of Emmanuel, a God who is with us.

IBhayibheli LaBantwana
8 Izinsuku
Konke kwaqala kanjani? Sivelaphi? Kungani kukhona usizi oluningi emhlabeni? Ingabe ikhona ithemba? Ingabe kukhona ukuphila ngemva kokufa? Thola izimpendulo njengoba ufunda lomlando weqiniso wezwe.

Isikhathi Sokuqala Onyakeni Webandla - Wozanini Simkhonze!
Izinsuku ezingama-20
Isikhathi sokuqala onyakeni webandla siwuhlelo lwamasonto amane elenzelwe ukuholela ukunaka kwethu ekuthomeni okuthobekile koMsindisi wempilo yethu. Lesi sifundo sihlanganisa izindaba ezine ezivela kuMathewu noLuka. Sifunda icebo likaNkulunkulu lokuzalwa kukaJesu Kristu, sizwe nokuthi kwakunjani ukuba khona kule micimbi. Indlela yemibuzo nezimpendulo ingasetshenziselwa ukukhuleka kwemindeni, ingxoxo yeqembu, nokuzifundela.

Ukuza: Uhambo lukaKhisimusi
Izinsuku ezingu-25
UKhisimusi ngeqiniso uyindaba enkulu kunazo zonke: indaba yokwethembeka kukaNkulunkulu, amandla, insindiso, nothando olungapheliyo. Asithatheni uhambo kulezinsuku ezilandelayo ezi-25 ukuthi sizwe ngohlelo lukaNkulunkulu lokusindisa izwe esonweni nezethembiso ezafezwa ngokuzalwa kweNdodana Yakhe.

Ukubalwa KukaKhisimusi
Izinsuku ezingu-29
Uyemukelwa Kukhalenda Yomsebenzi Wezinsuku ezingama-28 we-Thriving Family! Ungaphuthelwa yileli thuba lokuhlola incazelo yangempela kaKhisimusi futhi nisondelane ndawonye njengomndeni! Le misebenzi yomzali nengane yenzelwe ukukusiza ugcine le nkathi kaKhisimusi igxile kuKristu!