Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 2:16

I- Advent engapheliyo yoMndeni, Iviki lesi-3
izinsuku ezingu 5
Sigcwele ukulangazelela njengoba sincika kulesi sikhathi sokugubha ngenhloso yokulalela inhliziyo kaNkulunkulu. Hlanganyela nathi amasonto angu-4 njengoba: Sibheka Ubuhle; Sephula Izithiyo; Sivulela Igumbi; futhi Simangazwa nguNkulunkulu. Njengazo zonke izinto ezihamba phambili ekuphileni, lolu hambo luhambeka kahle kakhulu nabanye—ngakho bamba umngani noma ababili kanye nomuzwa wakho wokumangala bese ungena kwi nkathi ye-Advent.

UNkulunkulu othembekile
Izinsuku ezingu-7
Ukuqonda nokuzinikela okutholakala kwi-The Jesus Bible , uhlelo lokufunda lwezinsuku eziyisikhombisa lunikeza izibonelo lapho uNkulunkulu egcina izivumelwano zakhe ebandleni ebhayibhelini lonke. Kuleli viki, uzohlabeka umxhwele ngomusa kaNkulunkulu nokwethembeka kuka Jesu ukhumbule ukugcina izethembiso zakho kuNkulunkulu