I- Advent engapheliyo yoMndeni, Iviki lesi-3
![I- Advent engapheliyo yoMndeni, Iviki lesi-3](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapistaging.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans-staging%2F34246%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
5 izinsuku
Sigcwele ukulangazelela njengoba sincika kulesi sikhathi sokugubha ngenhloso yokulalela inhliziyo kaNkulunkulu. Hlanganyela nathi amasonto angu-4 njengoba: Sibheka Ubuhle; Sephula Izithiyo; Sivulela Igumbi; futhi Simangazwa nguNkulunkulu. Njengazo zonke izinto ezihamba phambili ekuphileni, lolu hambo luhambeka kahle kakhulu nabanye—ngakho bamba umngani noma ababili kanye nomuzwa wakho wokumangala bese ungena kwi nkathi ye-Advent.
Sithanda ukubonga i-Infinitum ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: https://infinitumlife.com/2022advent
Mayelana Nomshicileli