Nika uNkulunkulu indawo yokuqala
![Nika uNkulunkulu indawo yokuqala](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapistaging.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans-staging%2F52061%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
5 izinsuku
Ukunikeza uNkulunkulu indawo yokuqala ekuphileni kwethu akuyona into eyenzeka kanye nje . . . kuyinqubo yempilo yonke yawo wonke umKristu. Noma ngabe umusha okholweni noma umlandeli kaKristu “umakadebona”, uzothola lolu hlelo lulula ukuliqonda nokulisebenzisa, futhi likusebenzela kakhulu ekubeni Umkrestu ozonqoba.
Sithanda ukubonga u- Twenty20 Faith, Inc. ngokuhlinzeka ngalolu hlelo. Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe, sicela uvakashele: https://www.twenty20faith.org/