Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 6:12

Izisekelo ZeBhayibheli Zichaziwe | Umthandazo
izinsuku ezingu 3
"Nkosi sifundise ukukhuleka." Lapho abafundi becela isiqondiso sikaJesu sendlela yokuthandaza, waphendula ngomthandazo olula osuthandwa emhlabeni wonke. Kulolu chungechunge Lwezisekelo ZeBhayibheli Ezichazwayo, uPeyton Jones usihambisa ngoMthandazo WeNkosi futhi ahlole uhlobo lomthandazo njengoba uNkulunkulu ayewuhlosile: njengokudumisa, njengokuzinikela nokuncika kuNkulunkulu, futhi njengempi yokulwa nezilingo nobubi.

Ukuthethelela Ongeke Ukukhohlwe: Inselele Yezinsuku Ezingu-5
izinsuku ezingu 5
Wake wazizwa unamathele emjikelezweni wobuhlungu obungaxazululeki, udlala amacala ngokuphindaphindiwe engqondweni yakho? Uyazi ngeke uqhubeke kanje, kodwa uma inhliziyo yakho isidabukile, ukuthethelelwa kubonakala kuyisicelo esingenakwenzeka. ULysa TerKeurst uqonda ngokujulile futhi ukumema ukuba uhlanganyele naye kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezi-5 encwadini yakhe entsha Ukuthethelela Lokho Ongakukhohlwa futhi uthole isipho sikaNkulunkulu sokuphulukisa.

Prayers of Jesus
5 Days
We recognize the importance of communication in relationships, and our relationship with God is no exception. God longs for us to communicate with him in prayer—a discipline that even His Son, Jesus, practiced. In this plan, you’ll learn from Jesus’ example, and you’ll be challenged to step out of the traffic of life and experience for yourself the strength and guidance prayer provides.

Okokheliwe: Umhlahlandlela Olula Womthandazo Ogqamile
Izinsuku ezi-6
Umthandazo uyisipho, ithuba elimangalisayo lokuba nobudlelwano noBaba wethu oseZulwini. Kulolu hlelo lwezinsuku ezingu-6, sizothola lokho uJesu asifundisa kona ngomthandazo futhi siphefumulelwe ukuba sithandaze ngokungaphezi nangesibindi esikhulu.

Ukholo Oluqinile
Izinsuku ezingu-7
Ungavumeli ukwesaba kukuvimbele ekutholeni ukuphila okujabulisayo okumiselwe wena ngokwaphezulu! Esikhundleni salokho, hlola ngezindaba zebhayibheli zokuthandaza zansuku zonke zikaNicole Reyes zalabo abake bathembela kuNkulunkulu ngokungesabi. Uzothola ukholo oluyiqiniso, oluqinile, futhi ngaphezu kwakho konke, ukholo olunesibindi!

Ukuhamba Nojesu
Izinsuku ezingu-14
Uyafuna ukufunda incazelo yensindiso, ukuphila impilo egcwele uMoya, ukuzwa izwi likaNkulunkulu, ubudodana, ukufana noKristu, ukwesaba uNkulunkulu, ukuphila okunqobayo, ukuvuselela ingqondo, ukukhululwa, nokubuyiselwa?

UMbuso Mawuze
Izinsuku ezingu-15
Sizwile ukuthi uJesu unikeza “ukuphila okugcwele” futhi siyasilangazelela lesosipiliyoni. Sifuna leyo mpilo engakolunye uhlangothi loshintsho. Kodwa hlobo luni loshintsho esiludingayo? Futhi sihamba kanjani ngenqubo yokushintsha? EmBusweni Woza uzohlola indlela entsha yokuphila impilo ebheke phansi kanye neyangaphakathi uNkulunkulu asimemela kuyo.

Zila ukudla njengo Daniyeli
Izinsuku ezingu-21
Angikuthandi ukuzila ukudla! Masikhulume iqiniso; akukho lutho olujabulisayo ngokuzincisha ukudla okuthandayo nempilo enethezekile oyijabulelayo. Kungenzeka ngingakuthandi ukuzila ukudla, kodwa ngiyayithanda imiphumela. I-Daniel Fast ISHINTSHE IMPILO YAMI! Uma uzibophezela ekuzileni ukudla futhi ulandele lolu hlelo, luzoshintsha nolwakho. Masimvulele uNkulunkulu indawo kulolu hambo olumangalisayo njengoba sizila NjengoDaniyeli.

Prayer
21 Days
Learn how best to pray, both from the prayers of the faithful and from the words of Jesus Himself. Find encouragement to keep taking your requests to God every day, with persistence and patience. Explore examples of empty, self righteous prayers, balanced against the pure prayers of those with clean hearts. Pray constantly.