← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 6:25
Ungakhathezeki Ngalutho
izinsuku ezingu 3
Ukukhathazeka kuyisela lesikhathi sethu, amandla, nokuthula. Pho kungani sikwenza? Kule nkonzo yezinsuku ezingu-3, sizobheka ukukhathazeka, kungani sikwenza, nokuthi singakunqanda kanjani.
Zilwele
Izinsuku eziwu 10
Ziningi izimpi okusamele sizilwe kodwa asilwi ukuze sizuze ukunqoba; silwa kusukela ekunqobeni osekuzuzwe esiphambanweni. Kunezitha ezithile uNkulunkulu akukhipha kuzo, kodwa zikhona ezinye izitha akunika amandla okuzibusa. Ukukhululwa yilokho uNkulunkulu akwenzayo kuwe; ukubusa yilokho Akwenza ngawe.