Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMarku 9:24

Okokheliwe: Umhlahlandlela Olula Womthandazo Ogqamile
Izinsuku ezi-6
Umthandazo uyisipho, ithuba elimangalisayo lokuba nobudlelwano noBaba wethu oseZulwini. Kulolu hlelo lwezinsuku ezingu-6, sizothola lokho uJesu asifundisa kona ngomthandazo futhi siphefumulelwe ukuba sithandaze ngokungaphezi nangesibindi esikhulu.

UMariya wayengu Mama
Izinsuku ezingu-7
Ukuba ngumama ku ubizo olungathandeki kodwa oluxakile lwabesifazane abaningi. Yini esingayiqonda futhi siyifunde kowesifazane owakhethwa ukuba azale uMesiya? Joyina uRobin Meadows kulolu hlelo lwezinsuku ezingu-7 olumayelana noMariya, unina kaJesu.

Zila Ukudla NjengoDaniyeli (Izinsuku ezingu-10)
Izinsuku eziwu 10
Kunoma ubani ofuna ukuvulela uNkulunkulu indawo kodwa azonde ukuzila ukudla, ngikuphathele into nje—uhlelo lokufunda lwezinsuku ezingu-10 olusekelwe encwadini ethi, Zila Ukudla NjengoDaniyeli! Incwadi ethi I-Daniel Fast ISHINTSHE IMPILO YAMI, futhi ngiye ngabona wonke umuntu ohlanganyele kulokhu kuzila ethola okuthile okukhulu okuvela kuNkulunkulu! Lungela ukuxhuma kuYe futhi ubuke uNkulunkulu edala ushintsho lwempilo!

Faith
12 Days
Is seeing believing? Or is believing seeing? Those are questions of faith. This plan offers in-depth study of faith—from Old Testament stories of real people who demonstrated courageous faith in impossible situations to Jesus’ teachings on the subject. Through your readings, you’ll be encouraged to deepen your relationship with God and to become a more faithful follower of Jesus.

Zila ukudla njengo Daniyeli
Izinsuku ezingu-21
Angikuthandi ukuzila ukudla! Masikhulume iqiniso; akukho lutho olujabulisayo ngokuzincisha ukudla okuthandayo nempilo enethezekile oyijabulelayo. Kungenzeka ngingakuthandi ukuzila ukudla, kodwa ngiyayithanda imiphumela. I-Daniel Fast ISHINTSHE IMPILO YAMI! Uma uzibophezela ekuzileni ukudla futhi ulandele lolu hlelo, luzoshintsha nolwakho. Masimvulele uNkulunkulu indawo kulolu hambo olumangalisayo njengoba sizila NjengoDaniyeli.