1
1 kwabaseKorinte 1:27
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
kodwa izinto zobuwula zezwe uNkulunkulu uzikhethile ukuba ajabhise abahlakaniphileyo; nezinto ezibuthakathaka zezwe uNkulunkulu uzikhethile ukuba ajabhise izinto ezinamandla
Qhathanisa
Hlola 1 kwabaseKorinte 1:27
2
1 kwabaseKorinte 1:18
Ngokuba izwi lesiphambano kwababhubhayo lingubuwula, kepha kithina esisindiswayo lingamandla kaNkulunkulu.
Hlola 1 kwabaseKorinte 1:18
3
1 kwabaseKorinte 1:25
Ngokuba ubuwula bukaNkulunkulu buhlakaniphile kunabantu; nobuthakathaka bukaNkulunkulu bunamandla kunabantu.
Hlola 1 kwabaseKorinte 1:25
4
1 kwabaseKorinte 1:9
Uthembekile uNkulunkulu, okungaye nabizelwa ekuhlanganyeleni neNdodana yakhe uJesu Kristu iNkosi yethu.
Hlola 1 kwabaseKorinte 1:9
5
1 kwabaseKorinte 1:10
Kepha ngiyanincenga, bazalwane, ngegama leNkosi yethu uJesu Kristu ukuba nikhulume zwilinye nonke, kungabikho ukwahlukana phakathi kwenu, kodwa nipheleliswe emqondweni munye nasekuboneni kunye.
Hlola 1 kwabaseKorinte 1:10
6
1 kwabaseKorinte 1:20
Siphi isazi na? Uphi umbhali na? Uphi umphikisi walesi sikhathi na? UNkulunkulu kakwenzanga kube yize ukuhlakanipha kwaleli zwe na?
Hlola 1 kwabaseKorinte 1:20
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo