1
1 kwabaseThesalonika 4:17
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
khona thina, esisekhona sisasele siyakuhlwithwa kanye nabo emafwini, sihlangabeze iNkosi emoyeni; kanjalo-ke siyakuba nayo iNkosi njalo.
Qhathanisa
Hlola 1 kwabaseThesalonika 4:17
2
1 kwabaseThesalonika 4:16
ngokuba iNkosi uqobo iyakwehla ezulwini ngezwi lenhlokomo, ngephimbo lengelosi enkulu nangecilongo likaNkulunkulu, nabafileyo kuKristu bayakuvuka kuqala
Hlola 1 kwabaseThesalonika 4:16
3
1 kwabaseThesalonika 4:3-4
Ngokuba lokhu kuyintando kaNkulunkulu, ukungcweliswa kwenu, ukuba nidede ebufebeni ukuba yilowo nalowo kini akwazi ukuhlala nomkakhe ngobungcwele nangokuhlonipha
Hlola 1 kwabaseThesalonika 4:3-4
4
1 kwabaseThesalonika 4:14
Ngokuba uma sikholwa ukuthi uJesu wafa, wavuka, ngokunjalo-ke uNkulunkulu uyakubaletha nabaleleyo kuJesu kanye naye.
Hlola 1 kwabaseThesalonika 4:14
5
1 kwabaseThesalonika 4:11
nikhuthalele ukuhlala ngokuthula, nokwenza okwenu, nokusebenza ngezandla zenu, njengokuba saniyala
Hlola 1 kwabaseThesalonika 4:11
6
1 kwabaseThesalonika 4:7
Ngokuba uNkulunkulu kasibizelanga amanyala, kepha wasibizela ebungcweleni.
Hlola 1 kwabaseThesalonika 4:7
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo