1
IzEnzo 4:12
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
“Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho futhi elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.”
Qhathanisa
Hlola IzEnzo 4:12
2
IzEnzo 4:31
Kwathi sebekhulekile, kwazanyazanyiswa indawo lapho bebebuthene khona, bagcwaliswa bonke nguMoya oNgcwele, bakhuluma izwi likaNkulunkulu ngesibindi.
Hlola IzEnzo 4:31
3
IzEnzo 4:29
Manje-ke, Nkosi, bheka ukusongela kwabo, unike izinceku zakho ukuba zikhulume izwi lakho ngaso sonke isibindi
Hlola IzEnzo 4:29
4
IzEnzo 4:11
Yena uyitshe eladelelwa yinina bakhi, eselaba yinhloko yegumbi.
Hlola IzEnzo 4:11
5
IzEnzo 4:13
Kwathi bebona isibindi sikaPetru noJohane, beqonda ukuthi bangabantu abangafundile, bayimifunda nje, bamangala; babazi ukuthi kade benoJesu
Hlola IzEnzo 4:13
6
IzEnzo 4:32
Isixuku sabakholwayo sasinhliziyonye nomphefumulo munye; akwabakho noyedwa owasho ngezimpahla zakhe ukuthi ngezakhe, kodwa bakuhlanganyela konke.
Hlola IzEnzo 4:32
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo