1
UmShumayeli 4:9-10
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Kungcono ababili kunoyedwa, ngokuba banomvuzo omkhulu ngomshikashika wabo. Ngokuba uma bewa, omunye uyavusa umngane wakhe; kepha maye kuye oyedwa lapho ewa, engenawesibili wokumvusa!
Qhathanisa
Hlola UmShumayeli 4:9-10
2
UmShumayeli 4:12
Nakuba umuntu ahlula oyedwa, ababili bayakuma phambi kwakhe, nentambo emicu mithathu ayisheshi ukugqashuka.
Hlola UmShumayeli 4:12
3
UmShumayeli 4:11
Futhi uma ababili belele ndawonye, banokufudumala, kepha oyedwa angafudumala kanjani na?
Hlola UmShumayeli 4:11
4
UmShumayeli 4:6
Kungcono ukhweshe lokuthula kunezandla zombili zigcwele umshikashika kanye nokufuna umoya.
Hlola UmShumayeli 4:6
5
UmShumayeli 4:4
Futhi ngabona wonke umshikashika nakho konke okwenziwe ngekhono ukuthi kungumhawu womuntu ngomakhelwane wakhe. Nalokho kuyize nokufuna umoya.
Hlola UmShumayeli 4:4
6
UmShumayeli 4:13
Kungcono umfana ompofu ohlakaniphileyo kunenkosi egugileyo eyisiwula, engasakwazi ukuxwayiswa
Hlola UmShumayeli 4:13
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo