1
KwabaseGalathiya 4:6-7
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Lokhu ningamadodana, uNkulunkulu uthumile uMoya weNdodana yakhe ezinhliziyweni zenu omemeza ethi: “Aba, Baba!” Njalo-ke awuseyiyo inceku, kepha usuyindodana; kepha uma uyindodana, uyindlalifa futhi ngaye uNkulunkulu.
Qhathanisa
Hlola KwabaseGalathiya 4:6-7
2
KwabaseGalathiya 4:4-5
kepha lapho sekufikile ukuphelela kwesikhathi, uNkulunkulu wathuma iNdodana yakhe, izelwe ngowesifazane, izelwe phansi komthetho, ukuze ihlenge abaphansi komthetho ukuba samukele ukuma kwamadodana.
Hlola KwabaseGalathiya 4:4-5
3
KwabaseGalathiya 4:9
kepha manje, njengalokhu senimazi uNkulunkulu, yebo, phezu kwalokho, niyaziwa nguNkulunkulu, kukanjani ukuba nibuyele ezifundisweni zobungane ezilulana nezingelutho, enithanda ukuphinda nibe yizigqila zazo na?
Hlola KwabaseGalathiya 4:9
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo