1
NgokukaJohane 13:34-35
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
“Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane; njengalokhu nginithandile, nani nithandane. Ngalokho bonke bayakukwazi ukuthi ningabafundi bami, uma nithandana.”
Qhathanisa
Hlola NgokukaJohane 13:34-35
2
NgokukaJohane 13:14-15
Uma-ke mina, iNkosi noMfundisi, ngigeze izinyawo zenu, nani-ke nifanele ukugezana izinyawo. Ngokuba ngininikile isibonelo ukuba nenze nani njengokuba ngenzile kini.
Hlola NgokukaJohane 13:14-15
3
NgokukaJohane 13:7
UJesu waphendula, wathi kuye: “Lokhu engikwenzayo awukwazi manje, kodwa uzakukuqonda emva kwalokhu.”
Hlola NgokukaJohane 13:7
4
NgokukaJohane 13:16
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Inceku ayinkulu kunenkosi yayo, nothunyiweyo kamkhulu kunomthumileyo.
Hlola NgokukaJohane 13:16
5
NgokukaJohane 13:17
Uma nazi lokho, nibusisiwe uma nikwenza.
Hlola NgokukaJohane 13:17
6
NgokukaJohane 13:4-5
wasuka ekudleni, wabeka izingubo zakhe, wathabatha indwangu, wakhwica. Emva kwalokho wathela amanzi emcengezini, waqala ukugeza izinyawo zabafundi, wazesula ngendwangu abekhwice ngayo.
Hlola NgokukaJohane 13:4-5
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo