1
UJoshuwa 2:11
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Sathi sikuzwa lokho, izinhliziyo zethu zaphela amandla, akwabe kusabakho sibindi kumuntu phambi kwenu, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu unguNkulunkulu ezulwini phezulu nasemhlabeni phansi.
Qhathanisa
Hlola UJoshuwa 2:11
2
UJoshuwa 2:10
Ngokuba sizwile ukuthi uJehova womisa amanzi oLwandle Olubomvu phambi kwenu ekuphumeni kwenu eGibithe nokuthi wenzani kuwo amakhosi amabili ama-Amori ayengaphesheya kweJordani, oSihoni no-Ogi, enawaqothulayo.
Hlola UJoshuwa 2:10
3
UJoshuwa 2:8-9
Engakalali, wenyukela kuwo ophahleni; wathi kumadoda: “Ngiyazi ukuthi uJehova uninikile izwe, nokuthi sehlelwe ngukunesaba, nokuthi bonke abakhileyo ezweni baphela amandla phambi kwenu.
Hlola UJoshuwa 2:8-9
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo