1
NgokukaMathewu 8:26
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Wayesethi kubo: “Nesabelani nina bokukholwa okuncane na?” Khona wavuka wakhuza umoya nolwandle, kwaba khona ukuthula okukhulu.
Qhathanisa
Hlola NgokukaMathewu 8:26
2
NgokukaMathewu 8:8
Induna yekhulu yaphendula yathi: “Nkosi, angifanele ukuba ungene phansi kophahla lwami, kepha yisho izwi nje, khona umfana wami uyakusinda.
Hlola NgokukaMathewu 8:8
3
NgokukaMathewu 8:10
UJesu ekuzwa lokho wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngifumane kwa-Israyeli ukukholwa okungaka kumuntu.
Hlola NgokukaMathewu 8:10
4
NgokukaMathewu 8:13
UJesu wayesethi enduneni yekhulu: “Hamba, makube kuwe njengokukholwa kwakho.” Umfana wasinda ngaso leso sikhathi.
Hlola NgokukaMathewu 8:13
5
NgokukaMathewu 8:27
Kepha abantu bamangala, bathi: “Unjani lo ukuba nomoya nolwandle kumlalele na?”
Hlola NgokukaMathewu 8:27
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo