1
NgokukaMarku 10:45
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ngokuba nayo iNdodana yomuntu ayizelanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”
Qhathanisa
Hlola NgokukaMarku 10:45
2
NgokukaMarku 10:27
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu akunakwenzeka, kepha kuNkulunkulu akunjalo; ngokuba kuNkulunkulu kungenzeka konke.”
Hlola NgokukaMarku 10:27
3
NgokukaMarku 10:52
UJesu wathi kuyo: “Hamba-ke; ukukholwa kwakho kukusindisile.” Yayisibona khona lapho, yamlandela endleleni.
Hlola NgokukaMarku 10:52
4
NgokukaMarku 10:9
Ngakho-ke lokho akuhlanganisileyo uNkulunkulu makungahlukaniswa ngumuntu.”
Hlola NgokukaMarku 10:9
5
NgokukaMarku 10:21
UJesu wayesembheka, emthanda, wathi kuye: “Usasilalelwe into inye; hamba uthengise ngakho konke onakho, uphe abampofu, khona uzakuba negugu ezulwini; uze ungilandele.”
Hlola NgokukaMarku 10:21
6
NgokukaMarku 10:51
UJesu washo kuyo, wathi: “Ufuna ukuba ngikwenzeleni na?” Impumputhe yathi kuye: “Rabuni, ukuba ngibone.”
Hlola NgokukaMarku 10:51
7
NgokukaMarku 10:43
Kepha akunjalo phakathi kwenu, kodwa yilowo nalowo ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu makabe yisikhonzi senu
Hlola NgokukaMarku 10:43
8
NgokukaMarku 10:15
Ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo ongamukeli umbuso kaNkulunkulu njengomntwana kasoze angena kuwo.”
Hlola NgokukaMarku 10:15
9
NgokukaMarku 10:31
Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina, nabokugcina babe ngabokuqala.”
Hlola NgokukaMarku 10:31
10
NgokukaMarku 10:6-8
Kepha kusukela ekuqaleni kokudalwa uNkulunkulu wabenza owesilisa nowesifazane. Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe; labo ababili bayakuba nyamanye; ngakho abasebabili, kepha sebenyamanye.
Hlola NgokukaMarku 10:6-8
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo