1
AmaHubo 140:13
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Impela abalungileyo bayakubonga igama lakho; abaqotho bayakuhlala ebusweni bakho.
Qhathanisa
Hlola AmaHubo 140:13
2
AmaHubo 140:1-2
Ngikhulule, Jehova, kumuntu omubi, ngilondoloze kumuntu oyisidlwangudlwangu. Baceba okubi enhliziyweni yabo; izinsuku zonke baviva impi.
Hlola AmaHubo 140:1-2
3
AmaHubo 140:12
Ngiyazi ukuthi uJehova uyakumela udaba lohluphekayo nokufaneleyo kwabampofu.
Hlola AmaHubo 140:12
4
AmaHubo 140:4
Ngilondoloze ezandleni zomubi, ngilinde kumuntu oyisidlwangudlwangu, oceba ukukhuba izinyawo zami.
Hlola AmaHubo 140:4
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo