1
AmaHubo 23:4
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Noma ngihamba esigodini sethunzi lokufa, angesabi okubi, ngokuba wena unami, intonga yakho nodondolo lwakho ziyangiduduza.
Qhathanisa
Hlola AmaHubo 23:4
2
AmaHubo 23:1
UJehova ungumalusi wami, angiyikuswela.
Hlola AmaHubo 23:1
3
AmaHubo 23:6
Impela okuhle nomusa kuyakungilandela imihla yonke yokuphila kwami; ngiyakuhlala endlini kaJehova kuze kube phakade.
Hlola AmaHubo 23:6
4
AmaHubo 23:2-3
Uyangilalisa emadlelweni aluhlaza; uyangiyisa ngasemanzini okuphumula. Ubuyisa umphefumulo wami; uyangihola ezindleleni zokulunga ngenxa yegama lakhe.
Hlola AmaHubo 23:2-3
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo