1
AmaHubo 30:5
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ngokuba ukuthukuthela kwakhe kuba ngokomzuzwana nje, umusa wakhe uba ngowokuphila konke; kusihlwa kungena ukukhala, ekuseni ukujabula.
Qhathanisa
Hlola AmaHubo 30:5
2
AmaHubo 30:11-12
Waphendula ukukhala kwami kwaba ngukusina; wangikhumula izingubo zami zokulila, wangembathisa ukujabula, ukuze umphefumulo wami ukudumise, ungathuli; Jehova Nkulunkulu wami, ngizakukubonga kuze kube phakade.
Hlola AmaHubo 30:11-12
3
AmaHubo 30:2
Jehova Nkulunkulu wami, ngakhala kuwe, wangiphilisa.
Hlola AmaHubo 30:2
4
AmaHubo 30:4
Dumisani uJehova nina enimkhonzayo, nibonge igama lakhe elingcwele.
Hlola AmaHubo 30:4
5
AmaHubo 30:1
Ngiyakuphakamisa, Jehova, ngokuba ungikhuphulile; awuvumanga ukuba izitha zami zijabule phezu kwami.
Hlola AmaHubo 30:1
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo