1
AmaHubo 36:9
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ngokuba ukuwe umthombo wokuphila; ekukhanyeni kwakho siyakubona ukukhanya.
Qhathanisa
Hlola AmaHubo 36:9
2
AmaHubo 36:7
Ububele bakho, Nkulunkulu, buyigugu elingaka; abantwana babantu bakhosela ethunzini lamaphiko akho.
Hlola AmaHubo 36:7
3
AmaHubo 36:5
Jehova, ububele bakho bufinyelela ezulwini, nokuthembeka kwakho kuze kube semafwini.
Hlola AmaHubo 36:5
4
AmaHubo 36:6
Ukulunga kwakho kunjengezintaba ezinkulukazi, ukwahlulela kwakho kulutwa olukhulu; usindisa abantu nezilwane, Jehova.
Hlola AmaHubo 36:6
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo