1
1 KwabaseKhorinte 7:5
IsiZulu 2020
Ningagodlelani, kuphela kube ngokwesikhashana ngokuvumelana ukuba nithole ithuba lokukhuleka, nibuye nibe ndawonye, ukuze uSathane anganiyengi ngokungazibambi kwenu.
Qhathanisa
Hlola 1 KwabaseKhorinte 7:5
2
1 KwabaseKhorinte 7:3-4
Indoda mayimenelise umfazi ngokocansi, kanjalo nomfazi enze kanjalo endodeni. Umfazi kanamandla phezu komzimba wakhe, kodwa yindoda enawo, kanjalo nendoda kayinamandla phezu komzimba wayo, kodwa ngumfazi onawo.
Hlola 1 KwabaseKhorinte 7:3-4
3
1 KwabaseKhorinte 7:23
Nina nathengwa ngenani elikhulu: ningabi yizigqila zabantu.
Hlola 1 KwabaseKhorinte 7:23
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo