1
1 KaJohane 5:14
IsiZulu 2020
Yilesi isibindi esinaso kuye sokuthi uma sicela utho ngokwentando yakhe, uyasizwa.
Qhathanisa
Hlola 1 KaJohane 5:14
2
1 KaJohane 5:15
Uma sazi ukuthi uyasizwa noma sicelani, siyazi ukuthi sinakho esikucelileyo, esikucele kuye.
Hlola 1 KaJohane 5:15
3
1 KaJohane 5:3-4
Ngokuba ukuthanda uNkulunkulu yilokhu ukuba siyigcine imiyalo yakhe, futhi imiyalo yakhe ayinzima. Konke okuzelwe nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe, lokhu kungukunqoba okunqobe izwe: ukukholwa kwethu.
Hlola 1 KaJohane 5:3-4
4
1 KaJohane 5:12
Onayo iNdodana unokuphila; ongenayo iNdodana kaNkulunkulu akanakho ukuphila.
Hlola 1 KaJohane 5:12
5
1 KaJohane 5:13
Nginilobele lokho ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade, nina enikholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu.
Hlola 1 KaJohane 5:13
6
1 KaJohane 5:18
Siyazi ukuthi yilowo nalowo ozelwe nguNkulunkulu akoni, ngokuba ozelwe nguNkulunkulu uyazigcina, nomubi akamthinti.
Hlola 1 KaJohane 5:18
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo