1
2 KuThimothewu 2:15
IsiZulu 2020
Khuthalela ukuba uziveze wethembekile kuNkulunkulu, isisebenzi esingenamahloni, esilifundisa siliqonde izwi leqiniso.
Qhathanisa
Hlola 2 KuThimothewu 2:15
2
2 KuThimothewu 2:22
Ngakho-ke zibalekele izinkanuko zobusha, uphokophelele ukulunga, ukukholwa, uthando, ukuthula kanye nalabo abakhuleka eNkosini ngenhliziyo ehlanzekileyo.
Hlola 2 KuThimothewu 2:22
3
2 KuThimothewu 2:24
Inceku yeNkosi ayifanele ukulwa, kodwa ifanele ibe mnene kubo bonke, ibe nekhono lokufundisa, ibekezele
Hlola 2 KuThimothewu 2:24
4
2 KuThimothewu 2:13
Uma singethembekile, Yena uhlala ethembekile, ngokuba akakwazi ukuziphika.
Hlola 2 KuThimothewu 2:13
5
2 KuThimothewu 2:25
ibayale ngomoya omnene abamelene nayo, hleze uNkulunkulu abanike ithuba lokuphenduka, baze balivume iqiniso
Hlola 2 KuThimothewu 2:25
6
2 KuThimothewu 2:16
Kepha kugweme ukukhuluma kwezwe okuyize, ngokuba kubhebhezela ukungamesabi uNkulunkulu
Hlola 2 KuThimothewu 2:16
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo