1
KwabaseGalathiya 1:10
IsiZulu 2020
Ngabe manje ngizama ukuzincengela kubantu noma kuNkulunkulu na? Ngabe ngizama ukuthokozisa abantu na? Uma ngisazama ukuthokozisa abantu, ngabe angisiyo inceku kaKhristu.
Qhathanisa
Hlola KwabaseGalathiya 1:10
2
KwabaseGalathiya 1:8
Kepha noma ngabe yithi noma ingelosi evela ezulwini enishumayeza ivangeli ngaphandle kwalelo esanishumayeza lona, lowo makaqalekiswe.
Hlola KwabaseGalathiya 1:8
3
KwabaseGalathiya 1:3-4
makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Khristu, owazinikela ngenxa yezono zethu ukuze asisindise kulesi sikhathi samanje esibi ngokwentando kaNkulunkulu uBaba wethu.
Hlola KwabaseGalathiya 1:3-4
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo