Ilanga nenyanga kuyakuba mnyama bhuqe,
izinkanyezi zikugodle ukukhanya kwazo.
“USimakade uyabhodla eseZiyoni,
azwakalise izwi lakhe eseJerusalema.
Izulu nomhlaba kuyakuzamazama,
kodwa uSimakade uyisiphephelo sabantu bakhe,
nenqaba yabantu bakwa-Israyeli.