1
NgokukaMakhu 10:45
IsiZulu 2020
Ngokuba nayo iNdodana yomuntu ayizelanga ukukhonzwa, kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”
Qhathanisa
Hlola NgokukaMakhu 10:45
2
NgokukaMakhu 10:27
UJesu wababuka, wayesethi kubo: “Lokho akunakwenzeka kubantu, kepha kuNkulunkulu akunjalo, ngokuba kuNkulunkulu konke kungenzeka.”
Hlola NgokukaMakhu 10:27
3
NgokukaMakhu 10:52
UJesu wathi kuyo: “Hamba, ukukholwa kwakho kukusindisile.” Yabona khona lapho, yayisimlandela endleleni.
Hlola NgokukaMakhu 10:52
4
NgokukaMakhu 10:9
Ngakho-ke lokho akuhlanganisileyo uNkulunkulu, makungehlukaniswa ngumuntu.”
Hlola NgokukaMakhu 10:9
5
NgokukaMakhu 10:21
UJesu wambheka, wamthanda, wayesethi kuye: “Kunye vo okusakusilele; hamba uthengise ngakho konke onakho, uphe abampofu, khona-ke uzakuba nengcebo ezulwini, bese uza, ungilandele.”
Hlola NgokukaMakhu 10:21
6
NgokukaMakhu 10:51
UJesu wathi kuyo: “Ufuna ukuba ngikwenzeleni na?” Impumputhe yathi kuye: “Rabuni, ukuba ngibone.”
Hlola NgokukaMakhu 10:51
7
NgokukaMakhu 10:43
Kepha akunjalo phakathi kwenu, kodwa yilowo nalowo ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu, makabe yisikhonzi senu
Hlola NgokukaMakhu 10:43
8
NgokukaMakhu 10:15
Ngiqinisile ngithi kini: yilowo nalowo ongawemukeli umbuso kaNkulunkulu njengomntwana, kasoze angena kuwo.”
Hlola NgokukaMakhu 10:15
9
NgokukaMakhu 10:31
Kepha abaningi abangabokuqala bayakuba ngabokugcina, nabokugcina bayakuba ngabokuqala.”
Hlola NgokukaMakhu 10:31
10
NgokukaMakhu 10:6-8
Kepha kusukela ekuqaleni kokudalwa, uNkulunkulu wabenza owesilisa nowesifazane. Ngenxa yalokho, indoda iyakushiya uyise nonina, inamathele kumkayo. Labo ababili bayakuba nyamanye, ngakho abasebabili, kepha sebenyamanye.
Hlola NgokukaMakhu 10:6-8
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo