1
NgokukaMakhu 16:15
IsiZulu 2020
Wayesethi kubo: “Hambani niye ezweni lonke, nishumayele ivangeli kukho konke okudaliweyo.
Qhathanisa
Hlola NgokukaMakhu 16:15
2
NgokukaMakhu 16:17-18
Lezi zibonakaliso ziyakubonakala kwabakholwayo: Bayakukhipha amadimoni ngegama lami, bakhulume ngezilimi ezintsha. Bayakubamba izinyoka; uma bephuza okubulalayo, akuyukuba nangozi kubo, bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.”
Hlola NgokukaMakhu 16:17-18
3
NgokukaMakhu 16:16
Okholwayo abhabhadiswe uyakusindiswa, kodwa ongakholwayo uyakulahlwa.
Hlola NgokukaMakhu 16:16
4
NgokukaMakhu 16:20
Baphuma bashumayela ezindaweni zonke; iNkosi yayisebenza nabo, iqinisa izwi ngezibonakaliso ezazibalandela.
Hlola NgokukaMakhu 16:20
5
NgokukaMakhu 16:6
Kepha yathi kubo: “Ningethuki; nifuna uJesu waseNazaretha obebethelwe esiphambanweni. Uvukile; kakho lapha; bonani nansi indawo lapho bebembeke khona.
Hlola NgokukaMakhu 16:6
6
NgokukaMakhu 16:4-5
Kwathi lapho bebheka, babona ukuthi itshe ligingqiwe, ngokuba lalilikhulu kakhulu. Kuthe sebengena ethuneni, babona insizwa ihlezi ngakwesokunene, yembethe ingubo emhlophe; bethuka.
Hlola NgokukaMakhu 16:4-5
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo