1
AMahubo 107:1
IsiZulu 2020
Bongani uSimakade ngokuba muhle, umusa wakhe umi ingunaphakade.
Qhathanisa
Hlola AMahubo 107:1
2
AMahubo 107:20
Wathumela izwi lakhe, wabaphilisa, wabahlenga emathuneni abo.
Hlola AMahubo 107:20
3
AMahubo 107:8-9
Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu. Ngokuba Yena usuthise umphefumulo olangazelelayo, nenhliziyo elambileyo wayigcwalisa ngokuhle.
Hlola AMahubo 107:8-9
4
AMahubo 107:28-29
Base bekhala kuSimakade ekuhluphekeni kwabo, wayesebakhulula ezinsizini zabo. Wathulisa isiphepho, kwathula du, kwathula namadlambi olwandle.
Hlola AMahubo 107:28-29
5
AMahubo 107:6
Base bekhala kuSimakade ekuhluphekeni kwabo, wayesebakhulula ezinsizini zabo.
Hlola AMahubo 107:6
6
AMahubo 107:19
Hlola AMahubo 107:19
7
AMahubo 107:13
Ekuhluphekeni kwabo bakhala kuSimakade, Yena wabakhulula ezinsizini zabo.
Hlola AMahubo 107:13
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo