1
AMahubo 112:7
IsiZulu 2020
Akayesabi imibiko emibi, inhliziyo yakhe ayiguquki, yethemba uSimakade.
Qhathanisa
Hlola AMahubo 112:7
2
AMahubo 112:1-2
Haleluya! Ubusisiswe umuntu owesaba uSimakade, othokoza kakhulu ngemiyalelo yakhe. Abozalo lwakhe bayakuba namandla emhlabeni, isizukulwane sabaqotho siyakubusiswa.
Hlola AMahubo 112:1-2
3
AMahubo 112:8
Inhliziyo yakhe yesekelwe, akesabi, aze abone izitha zakhe zinqotshwa.
Hlola AMahubo 112:8
4
AMahubo 112:4
Ukukhanya kuyovela ebumnyameni kwabalungileyo: Yena unomusa, nobubele nokulunga.
Hlola AMahubo 112:4
5
AMahubo 112:5
Umuntu omuhle unomusa, uyatshelekisa, izindaba zakhe uzisingatha ngobulungiswa.
Hlola AMahubo 112:5
6
AMahubo 112:6
Akayukunyakaziswa kuze kube phakade, olungileyo uyohlala ekhunjulwa kuze kube phakade.
Hlola AMahubo 112:6
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo