1
AMahubo 141:3
IsiZulu 2020
Simakade, bekela umlomo wami umlindi, ugcine umnyango wezindebe zami.
Qhathanisa
Hlola AMahubo 141:3
2
AMahubo 141:4
Ungayiphenduleli inhliziyo yami entweni embi ukuba ngenze imisebenzi yenkohlakalo kanye nabantu abenza inkohlakalo, ngingadli izibiliboco zabo.
Hlola AMahubo 141:4
3
AMahubo 141:1-2
Simakade, ngikhala kuwe, phuthuma uze kimi, lalela izwi lami lapho ngikhuleka kuwe. Umkhuleko wami mawufane nempepho phambi kwakho, nokuphakanyiswa kwezandla zami, njengomnikelo wakusihlwa.
Hlola AMahubo 141:1-2
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo