“Nakhu eniyakukwenza: khulumani iqiniso omunye komunye, kube nokwehlulela okuqotho nesinqumo esinokuthula emasangweni enu. Ningadlinzelani kube yilowo nalowo afune ukulimaza umakhelwane wakhe, ningathandi izifungo zenkohliso, ngokuba konke lokho ngiyakuzonda,” kusho uSimakade Wamabandla.