1
IzEnzo 2:38
Baasraak Zulu New Testament Bible
UPetru wayesethi kubo: “Phendukani, yilowo nalowo abhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukho ukuthethelelwa kwezono, khona niyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.
Qhathanisa
Hlola IzEnzo 2:38
2
IzEnzo 2:42
Babephikelela emfundisweni yabaphostoli, nasekuhlanganyeleni, nasekuhlephuleni isinkwa, nasemithandazweni.
Hlola IzEnzo 2:42
3
IzEnzo 2:4
Base begcwala bonke uMoya oNgcwele, baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, njengalokho uMoya wabapha ukuphumisela.
Hlola IzEnzo 2:4
4
IzEnzo 2:2-4
Kwathi kungazelelwe kwezwakala umsindo uvela ezulwini njengowomoya ovunguza ngamandla, wagcwalisa indlu yonke ababehlezi kuyo. Kwabonakala kubo izilimi ezihlukene kungathi ezomlilo, zahlala phezu kwalowo nalowo wabo. Base begcwala bonke uMoya oNgcwele, baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, njengalokho uMoya wabapha ukuphumisela.
Hlola IzEnzo 2:2-4
5
IzEnzo 2:46-47
Imihla ngemihla baqinisela nganhliziyonye ethempelini, bahlephula isinkwa endlini ngendlu, badla ukudla kwabo ngentokozo nangobumhlophe benhliziyo. bemdumisa uNkulunkulu, bethandeka kubantu bonke. INkosi yenezela ebandleni imihla ngemihla abasindiswayo.
Hlola IzEnzo 2:46-47
6
IzEnzo 2:17
“Kuyakuthi ngezinsuku zokugcina, usho uJehova, ngithulule uMoya wami phezu kwayo yonke inyama, amadodana enu namadodakazi enu ayakuprofetha, nezinsizwa zenu zibone imibono, abadala benu baphuphe amaphupho
Hlola IzEnzo 2:17
7
IzEnzo 2:44-45
Bonke abakholwayo babendawonye, bahlanganyela zonke izinto; bathengisa ngempahla yabo lempahla zabo, babela bonke njengokuswela kwawo wonke.
Hlola IzEnzo 2:44-45
8
IzEnzo 2:21
Kuyakuthi yilowo nalowo obiza igama leNkosi uyakusindiswa.
Hlola IzEnzo 2:21
9
IzEnzo 2:20
Ilanga liyakuphenduka ubumnyama, nenyanga ibe yigazi, lungakafiki lolo suku lweNkosi olukhulu noluphawulekayo
Hlola IzEnzo 2:20
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo