1
Kwabase-Efesu 2:10
Baasraak Zulu New Testament Bible
Ngokuba singumsebenzi wakhe kuKristu Jesu, sidalelwe imisebenzi emihle uNkulunkulu ayimisela ngaphambili ukuba sihambe kuyo.
Qhathanisa
Hlola Kwabase-Efesu 2:10
2
Kwabase-Efesu 2:8-9
Ngokuba ngomusa nisindisiwe ngokukholwa; nalokhu akuveli kini, kuyisipho sikaNkulunkulu; akuveli ngemisebenzi, ukuze kungabikho ozibongayo.
Hlola Kwabase-Efesu 2:8-9
3
Kwabase-Efesu 2:4-5
Kodwa uNkulunkulu ocebile ngesihawu, ngenxa yothando lwakhe olukhulu asithanda ngalo. Nalapho sasifile ezonweni, wasiphilisa kanye noKristu, (ngomusa nisindisiwe;)
Hlola Kwabase-Efesu 2:4-5
4
Kwabase-Efesu 2:6
Wasivusa kanye naye, wasihlalisa kanye naye ezindaweni zasezulwini kuKristu Jesu
Hlola Kwabase-Efesu 2:6
5
Kwabase-Efesu 2:19-20
Ngakho-ke aniseyibo abezizwe nezihambi, kodwa niyizakhamuzi ezikanye nabangcwele, ningabendlu kaNkulunkulu; Nakhiwe phezu kwesisekelo sabaphostoli nabaprofethi, uJesu Kristu uqobo lwakhe eyitshe legumbi
Hlola Kwabase-Efesu 2:19-20
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo