1
KwabaseGalathiya 4:6-7
Baasraak Zulu New Testament Bible
Ngokuba ningamadodana, uNkulunkulu uthumile uMoya weNdodana yakhe ezinhliziyweni zenu omemeza ethi: “Aba, Baba! Ngakho-ke awuseyona inceku, kodwa indodana; uma uyindodana, uyindlalifa kaNkulunkulu ngoKristu.
Qhathanisa
Hlola KwabaseGalathiya 4:6-7
2
KwabaseGalathiya 4:4-5
Kodwa kwathi ukuphelela kwesikhathi sekufikile, uNkulunkulu wathuma iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazana, yazalwa ngaphansi komthetho. ukuze ahlenge abaphansi komthetho, ukuze samukele ukuma kwamadodana.
Hlola KwabaseGalathiya 4:4-5
3
KwabaseGalathiya 4:9
Kepha manje lokhu senimazi uNkulunkulu, noma kunalokho naziwa nguNkulunkulu, senibuyela kanjani ezimisweni ezibuthakathaka neziwubala, enithanda ukubuye nibe yizigqila zazo na?
Hlola KwabaseGalathiya 4:9
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo