1
KumaHeberu 8:12
Baasraak Zulu New Testament Bible
Ngokuba ngiyakuba nesihawu ngokungalungi kwabo, nezono zabo nobubi babo angisayikukukhumbula.
Qhathanisa
Hlola KumaHeberu 8:12
2
KumaHeberu 8:10
Ngokuba yilesi isivumelwano engiyakusenza nendlu ka-Israyeli emva kwalezo zinsuku, isho iNkosi; Ngiyakufaka imithetho yami engqondweni yabo, ngiyilobe ezinhliziyweni zabo, ngibe nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami.
Hlola KumaHeberu 8:10
3
KumaHeberu 8:11
Abayikufundisa, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe, nalowo umfowabo, ngokuthi: ‘Yazi uJehova,’ ngokuba bonke bayakungazi, kusukela komncane kuze kufike komkhulu wabo.
Hlola KumaHeberu 8:11
4
KumaHeberu 8:8
Ngokuba ebasola, uthi: Bheka, izinsuku ziyeza, isho iNkosi, lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli nendlu kaJuda.
Hlola KumaHeberu 8:8
5
KumaHeberu 8:1
Nansi-ke ingqikithi yalokhu esesikushilo: Sinompristi omkhulu onjalo ohlezi ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi soMkhulu emazulwini
Hlola KumaHeberu 8:1
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo