1
EkaJokobe 3:17
Baasraak Zulu New Testament Bible
Kepha ukuhlakanipha kwaphezulu okokuqala kuhlanzekile, bese kuba-nokuthula, nokumnene, nokulalela, kugcwele isihawu nezithelo ezinhle, akunabandlululo, nokungazenzisi.
Qhathanisa
Hlola EkaJokobe 3:17
2
EkaJokobe 3:13
Ngubani phakathi kwenu indoda ehlakaniphileyo njalo enolwazi? Makabonise ngenkambo enhle imisebenzi yakhe ngobumnene bokuhlakanipha.
Hlola EkaJokobe 3:13
3
EkaJokobe 3:18
Lesithelo sokulunga sihlanyelwa ekuthuleni kulabo abenza ukuthula.
Hlola EkaJokobe 3:18
4
EkaJokobe 3:16
Ngokuba lapho kukhona umhawu nokuxabana, kukhona isiyaluyalu nayo yonke imisebenzi emibi.
Hlola EkaJokobe 3:16
5
EkaJokobe 3:9-10
Ngalo siyambonga uNkulunkulu uBaba; futhi ngalo siqalekisa abantu abenziwe ngomfanekiso kaNkulunkulu. Emlonyeni munye kuphuma isibusiso lesiqalekiso. Akufanele lokho, bazalwane bami, ukuba kube njalo.
Hlola EkaJokobe 3:9-10
6
EkaJokobe 3:6
nolimi lungumlilo, izwe lokungalungi, lunjalo nolimi phakathi kwezitho zethu, lungcolisa umzimba wonke, luthungela inkambo yemvelo; futhi uthungelwa umlilo wesihogo.
Hlola EkaJokobe 3:6
7
EkaJokobe 3:8
Kodwa ulimi kakho ongaluthambisa; buyibubi obungalawuleki, bugcwele ubuthi obubulalayo.
Hlola EkaJokobe 3:8
8
EkaJokobe 3:1
Ningabi ngabafundisi abaningi, bazalwane bami, nazi ukuthi siyakwamukeliswa ukulahlwa okukhulu.
Hlola EkaJokobe 3:1
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo