1
Johane 13:34-35
Baasraak Zulu New Testament Bible
Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane; njengalokhu nginithandile, nani nithandane. Ngalokho bonke bayakukwazi ukuthi ningabafundi bami, uma nithandana.
Qhathanisa
Hlola Johane 13:34-35
2
Johane 13:14-15
Uma-ke mina, iNkosi noMfundisi, nginigezile izinyawo; nani nifanele ukugezana izinyawo. Ngokuba ngininike isibonelo, ukuze nenze njengalokho ngenzile kini.
Hlola Johane 13:14-15
3
Johane 13:7
UJesu waphendula wathi kuye: Engikwenzayo kawukwazi khathesi; kodwa uzakwazi emva kwalokhu.
Hlola Johane 13:7
4
Johane 13:16
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Inceku ayinkulu kunenkosi yayo; futhi othunyiweyo mkhulu kunalowo omthumileyo.
Hlola Johane 13:16
5
Johane 13:17
Uma nazi lezizinto, nibusisiwe uma nizenza.
Hlola Johane 13:17
6
Johane 13:4-5
Wasukuma ekudleni, wabeka izingubo zakhe; wathatha ithawula, wabhinca. Emva kwalokho wathela amanzi endishini, waqala ukugeza izinyawo zabafundi, nokuzesula ngethawula abelibhincele.
Hlola Johane 13:4-5
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo